Maskandi Daily 2

Umthombo kamaskandi.

Subscribe and join the family.

Here is our new Channel please subscribe : youtube.com/channel/UCybXmmoem3YYou6t79nNjKA


Maskandi Daily 2

Ngiyabingela kuwona wonke amagumbi amane omhlaba

Nibingelelwa umfana omncane onone ngephimbo emlonyeni,ungamnwaya umgogodla ubuye namafutha
Kusenguye njalo wethu ukulahleka kwesoka kubuzwa eyintombi kanti ukulahleka kwesishimane kubuzwa komakhelwane abagayile

Ngicela ukunethulela nansi iback cover yomsebenzi kaDumakahle ka2026,izingoma zingu 25

Kuma features ngihamba nobaba bami uShwi noMtekhala kwingoma ethi Imbali

Ngihambe nodadewethu uNomfundo Moh kwingoma ethi Angeke ngikukhumbule

Ngiphinde ngihambe nomama bami Izingane Amakhosi esibajwayele kakhulu kwiqembu (Izingane Zomama)

Ngiyacela mthandi womculo ngokuheha kwezihloko zezingoma ukhethe noma nje ezakho ezinhlanu,ocabanga ukuthi zizokuhlaba umxhwele 🔥🔥❤️❤️😊☺️

#DoubleDisc🔥
#NotForSmallBoys🔥
#ISITHUNZI SAKHO
#Udumakahle 2026

Eyentaba bafana leyombuzi ngeke nisayivimbaaaaaaaaaa🐐

6 days ago | [YT] | 471

Maskandi Daily 2

Official cover for UMJIKELO 2026❤️💯
Title =GARDENIA

3 weeks ago | [YT] | 390

Maskandi Daily 2

Saliwa 2026 official Cover🔥🔥

#IZINSALELA

Enhla nasezansi nezwekazi laseNingizimu Africa ngicela uThando nesaphothi emsebenzini wami omusha engiwenze ngobukhulu ubunono beKati nomunyonicwe🙏🏾

3 weeks ago | [YT] | 1,442

Maskandi Daily 2

Namhlanje sikhethe ukunipha i Date kuqala usuku lokuphuma kwe Album 4 September 💿🎵🙏🏼

Album cover 🟥 kusasa 19:00pm

Back Cover 💿 ngolwesine ntambama 19:00pm

#iTiye 🥃🧊🥡

4 weeks ago | [YT] | 883

Maskandi Daily 2

ALBUM COVER 2026 💿🔥🔥🔥🔥🔥

Album #MTHANDENI _SK👑

isihloko #Easy Target 🎯

4 weeks ago | [YT] | 1,142

Maskandi Daily 2

Scebi "Nkosi Yamagcokama Dlamini".
Sipho "Gupta Mchunu".

Siyohlala sinikhumbula "Nilale ngokuthula" RIP Scebi

1 month ago | [YT] | 2,077

Maskandi Daily 2

uNgena igama lakhe owangapha ngasemakhaya ❤️ngimcelela isupport ekhule kakhulu

150👏

4 months ago | [YT] | 72

Maskandi Daily 2

Nakhona amazwibela:

Khuzani's Award-Winning Accolades
SAMA & Metro FM Awards
1. Best Maskandi - SAMA Awards 2017
2. Best Maskandi - SAMA Awards 2023
3. Best Maskandi - SAMA Awards 2025
4. Best Maskandi - Metro FM Awards 2026
Radio & Song Awards
1. ljele - Song of the Year, Ukhozi FM 2020
2. Umjolo Lowo - Song of the Year, Ukhozi FM 2023
3. Imbongolo - Song of the Year, Umhlobo Wenene
FM 2024
4. Umanikinikana - Best Maskandi, Metro FM 2026
Other Major Awards
1. Favourite Artist - DStv Awards 2018
2. Best Traditional Artist African - HAPA
Awards 2025
3. Best Male Artist African - HAPA Awards 2025

4 months ago | [YT] | 26

Maskandi Daily 2

Nami ngangingazi ukuthi ngelinye ilanga kuyoba nje kwenzeka engathi imlingo sometimes kuyangithusa kwanami 😭 ngaso sonke iskhathi ngicabanga imuva lami ngabe yimina lona 🥺??????

Ngyabonga Bantu bakithi ukungenza umuntu 🥺❤️

4 months ago | [YT] | 53

Maskandi Daily 2

Limit Nala Number 10 Album Artwork. Zyakhala on the 10th of April!!!!

5 months ago | [YT] | 56